Amaphupho Nezincazelo Zawo 310.0.0 icon
QR Code

Amaphupho Nezincazelo Zawo 310.0.0 APK

4/5
  • Author

    Edson Deda

  • Ultima versión:

    310.0.0

  • Fecha de publicación:

    Nov 01 2023

Amaphupho Nezincazelo Zawo

This is the best dictionary of World Dreams. Thousands of dreams meanings for you to translate your dreams! Install now and see for yourself!Ukuchaza amaphupho kuyingxenye esemqoka osikweni lwamaZulu. Umbuso wemimoya uyingxenye yansukuzonke empilweni yemiphakathi eminingi yama-Afrika, futhi kumaZulu ngamaphupho awumongo alombuso. Izincazelo nemifanekiso okwakha izwe lamaphupho lamaZulu kuguquguquke ngokwehlukana kwimifanekiso yaseNtshonalanga, futhi kwenza uhlelo lwezincazelo olunothile noluvusa imizwa. Osikweni lwamaZulu, amaphupho axhumanisa abaphilayo nokhokho (namadlozi), nokhokho (namadlozi) nabo baxhumana kanjalo nabaphilayo. Kwesinye isikhathi amaphupho anikeza impendulo ezintweni umuntu azithandazele noma acele usizo lokuzixazulula, kodwa futhi angamane azifikele nje ukuzonikeza isiqondiso ezimpilweni zabantu. Amanye amaphupho acacile ngokuqondile, angachazwa kalula nje yilowo ophuphile, kodwa amaphupho ayinkimbinkimbi nangaqondakali angadinga usizo lwesangoma (umelaphi wendabuko) ukuwaqonda. Lokhu kuvamise lapho iphupho lihilela izenzo zabanye abantu noma lidinga ukuba ophuphile kube khona akwenzayo ukushweleza noma ukukhonza amadlozi. KumaZulu,ukuphindaphinda kwephupho noma uphawu, kwenza indingeko ibenkulu ekuqondeni nasekuthatheni izinyathelo.
Amaphupho Nezincazelo Zawo Historial de versiones de APK
Amaphupho Nezincazelo Zawo 310.0.0 for Android 4.2o mas alto APK Descargar

Version : 310.0.0 for Android 4.2o mas alto

Actualización sobre : 2019-10-13

Descargar APK (13.2 MB)